Official music video by Kay performing ‘Kumanxebanxeba’ featuring DeeTheGeneral.

Stream/Download ‘Kumanxebanxeba’: https://orcd.co/kumanxebanxeba

WATCH THE VIDEO BELOW:

LYRICS

Intro)
(Hishi!)
(Hishi!)
(Hishi!)
(Hishi!)
Uyayizw’ingoma? (Hishi!)
Uyayizw’ingoma? (Hishi!)
Uyayizw’ingoma? (Hishi!)
Haaaibo

(Verse1)
Aw ubusuku bonke mina ngilala ngingalele
Ngicabangana nawe…ay woo
Ifu elimnyama engathi lisengamele dali
Sihlale sizabana nawe
Oh wakhathazeka umoya wami (umoya wami wee)
Aw sihlale sixabana nawe
Oh wakhathazeka umoya wami (umoya wami wee)
Aw sihlale sixabana nawe
Ngitshele yini le eyakwenz’ungabe usang’zwela
Ungabi nanembeza oh dali
Aw yini le eyakwenz’ungabe usang’zwela
Ungabi nanembeza oh dali

(Chorus)
Uyabona la kuhlala khona uthando
Aw enhlizweni yami
Uyabona la kuhlala khona uthando
Aw enhlizweni yami oooh
Kumanxebanxeba (kumanxebanxeba) enhlizweni yami
Kumanxebanxeba (kumanxebanxeba) enhlizweni yami
Uyabona la kuhlala khona uthando (kumanxebanxeba) enhlizweni yami
Uyabona la kuhlala khona uthando (kumanxebanxeba) enhlizweni yami

(Verse2)
Angifun’ukuzwa lutho
Inhliziyo iyopha
Ngakunik’uthando (uwowoo)
Angifun’ukuzwa lutho
Inhliziyo iyopha
Ngakunik’uthando (uwowoo)

Aaaai aaai aaai (ngicabangele ntombi)
Aaaai aaai aaai (aw sal’usung’zwela ntombi)
[x2]

BACK TO CHORUS

Wena my dali weeh
Wena my dali weeh
Wena my dali
Wena my dali weeh
Wena my dali weeh
Wena my dali…ung’phul’inhliziyo
[X3]

CHORUS




Share this post!